Ngibingelele abahlonishlwa kuqala! Bahlonishwa impela isingisi
sesisonile
sonakele qobo lokonakala.
Ngiphinde ngiqale nje ngokuzixolisela kubahlonishwa ngomlayezo
engawuthumela, iqiniso lithi angivumelani nokwenziwa kwabanye bethu
nabo
ngabantu njengathi ngakhoke mabangabulawa, kafushane nje abacelwe
kahleukuthi babhekise amabombo lapho izinkaba zabo zasala khona.
Ngiphindi
ngiveze ukudabuka okukhulu kwabanye bethu abese bethole omakhohlisana
babo
abangabokudabuka eZimbabwe ngithi alwehlanga lungehlanga, akuqali
ngathi
futhi soze kugcine ngathi!!! Kodwa ke into ebingenza ngize ngibe
nalolugqozi lokuthumela loya mulayezo indlela nabo bese benza ngayo
ngoba
nakhu abanye buthu bebonakalisa ukubazwela okukhulu.
Ngiphinde futhi ngibonge nendlela uSihlalo aphendule ngayo omunye wethu
uMr B ubesethanda ukulahleka noma engatholisisi ezinye zezinto.
Ngithande
nakokhulu lapho umucacisela ukuthi akayiwowonke umuntu okufanele aye
ezikhungweni zemfundo ephakeme okukanye aye eMEDUNSA,Wits noma eUJ
BAVUMELEKILE ABANTU UKUTHI BAYE NASE NEWCASTLE COLLEGE ngoba nakhona
kunemiphumela emihle kuphela nje kusezandleni zakhe umuntu ukuthi ufuna
ini. Ngamafuphi nje asiphoqi abantu ukuthi baye ezikhungweni zemfundo
ephakeme kodwa sisiza abantu ukwazi ukuthi bangaya kanjani khona.
Anisiboni mina isidingo sokuthatha umuntu ongenamali eyanele ngimuphoqe
ukuba azokwenza umsebenzi wamaphayiphi phecelezi iplumber eWits bese
enza
unyaka owodwa bese ehlulwa izinkiga zemali ayekele engatholanga ngisho
isitifiketi sodwa nje, kanti lomuntu ayeyosithola isitifiketi e kolishi
bese asebenzisa ingqondo aphumelele empilweni azeke afike emazingeni
aphezulu. Ngizixolisele bahlonishwa sengithinteke kakhulu ngoba
ngingakhuluma kushone ilanga ngaloludaba. Ngithembe nokuthi
nizowuzwisisa
lomlayezo engizama niwuzwe.
Sisekelo sihlalo angazi noma wawuthola yini umlyezo wami ukuthi ngizoya
ekhaya ngomhlaka 27-June ngisemile kuyo iBiology (Maths, Science) kodwa
ke
ngokungabi bikho komncedisi we Agriculture ngizinikela ekuyenziseni.
Ngiphinde ngakhuluma noSabza wathi naye uzimisele ekuncediseni impela
eZibalweni nakuyo iScience.Uthe uzoya emakhaya ngomhlaka 22-June,
uzimisele ukuqala kunye nani bahlonishwa. USihle naye ngokunjalo uthe
uyoqala kunye nani usemile futhi kuyo i-Geography yakhe. U-SG yena
angazike ukuthi wayaphi sengafunga yena. Wonder n Innocent ngoba
sebexolisile. uSihlalo ngokunjalo usebekile. Angazike abanye bengizama
ukwenza izinto zibe lula ngalabo engaziyo ngabo.
Sibonge sisekelo sihlalo ngokusivuselela ngobuthina bethu impela bese
ngineminyaka ngingabhali nje indaba ngolwimi lami lwebele.
Nikhonze kubobonke omakhelwane lapho nabantwana bayakhonza!!!!
Yimina ozithobayo
Nozipho Khumalo Usikhwama nomxhumanisi (TG/O),UBPA
Innocent Mlambo ubhale wathi:
Ngizothanda ukuthatha lethuba ngizwakalise ukudumala kwami ngokulotshwe
uMaKhumalo mayelana nokuhlaselwa kwabantu bagaphandle(kwamanye
amazwe). Ngizothanda futhi ukuthi ngiyibeke obala nje lento.Angihambelani
nommbono wakho MaKhumalo. Kodwa futhi angivumelani nokuthi abantu
bakwamanye amazwe bazichancasele kuleli. Akusilona iqiniso ukuthi wonke umuntu
ohlala e-Ningizimu nefrika, uyi South African. Uma phela kunjalo kusho
ukuthi wonke umuntu ohlala nesigebengu naye uyisigebengu. Ukugcizelela
kulokhu ngingaphinde ngibuze ukuthi ukuhamba uphinde uhlale nomuntu
obhemayo kusho ukuthi uyabhema yini nawe? Uma kungenjalo ngizosho ngithi
abantu base Zimbabwe abaseZimbabwe, nabaseNigeria ngokunjalo.
Ngamafushane nje ngizothi abangaxoshwa ngalendlela kodwa kumele bona bahambe.
Kusale abanemvumo yokuba bahlale kuleli.
Sengihamba nje ngizothanda ukusebenzisa lethuba ngokuba ngixolise,
ngokuthatha isikhathi eside ukuloba lokhu. Kodwa ngezinkinga eziningana
enginazo ngizothanda ukusho ukuthi kulamaholidi azayo, kungenzeka ukuthi
umuntu ofana nami noma lona oyimi u-qobo angaphumeleli ukuya-ngasekhaya.
Loyo- naloyo ozokhona ukuya ngasekhaya ngicela ukuthi enze okumele
akwenze, kungalandelwa abantu ngemuva bencengelwa ukuthi basize lapho
kumele basize khona.
Send my love to your families and most importantly: look after
yourself.
Innocent Mlambo
NB: Innocent Mlambo Co-heads the portfolio of Projects and Campaigns at UBPA
On Youth Day (June 16) Mlambo wrote:
This coming monday , the 16th of June is national Youth Day. On Youth
Day we celebrate the heroic actions of young people who took to the
streets of Johannesburg in protest of an oppressive system of government 32
years ago, in 1976.
In the face of apartheid's brutality, these learners joined together,
voiced their unhappiness and set in motion the march towards the freedom
which we finally received in 1994.
The struggle for freedom was fought by students, parents, teachers,
workers and the broader community, who supported the students in their
demand for a political voice. Armed with placards, a strong will and
determination, they fought the might of armed police and soldiers.
It is so important that in remembering what happened 32 years ago, we
continue to celebrate our freedom and reflect on how far we have come as
young South Africans in reversing the damage caused by apartheid. One
want to urge you as the future of South Africa, as our future leaders,
politicians, educators and business men and women, let us rededicate
ourselves to the achievement of the democratic ideals which the youth of
1976 stood up for. Let us be as strong willed and as determined to
stand up for what we believe in. Let us stand united, peacefully and
whole-heartedly against the evils in our society, in our homes, on our
playgrounds and in our hearts.The South Africa we live in today is still the
beautiful land it has always been, but is littered poverty, crime,
racism and violence. In 1976 South Africans just like you and me fought
extremely hard for the democratic education that we receive today. Your
education and your democracy is you right, a
right that thousands of people suffered for. Our rights give us
wonderful opportunities which will become powerful tools that will serve us
our whole lives. However with this great power, we must remember the
great responsibilities, to serve ourselves, our country, our parents, and
most of all the democracy for which we fought so hard.
Please do not fool yourself or your partner be wise because AIDS kills,
one wise man explicitly revealed that "one condome = one round and
one round = one condom" Be Faithful!!!
Innocent Mlambo
Co-head Projects and Campaigns, UBPA
Monday, June 9, 2008
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
No comments:
Post a Comment